Tel: 031 577 7868 - disc@darulihsan.com               google play icon        twitter web      

Labo abaphatha izindaba zabo ngokubonisana [Mashwarah].

U-Mphrofethi, u-Allah ambusise nokuthula kube kuye, wakwenqaba ukuthatha amadate [usundu lwase-arabia] amabili ngesikhathi esisodwa.

Ukuziphatha ngokuyikho - Emphakathini
Ukubonga nokwazisa ama Ulama
Kamuva umhlaba ubone ukuhamba emhlabeni kwesibalo sabafundi abakhulu kanye nama Ulama.

Indlela Yokuziphatha - Yazisa isikhathi sakho

Intethelelo ngobusuku be 15
Engenakubalwa imiphefumulo exolelwa ngu Allah Ta’ala kulobubusuku obubusisekile nobaziwa ngokuthi yi ‘Laylatul Bara’ah [ Ubusuku benkululeko yasemlilweni ].

Ubuhle boMndeni oMsulwa nBalandeli baka Nabi SAW

Ukubusiseka & nendlela yokwenza i StikharahI - Istikharah yimfundiso engabekelwa nani ya Nabi SAW – neyisipho kulo lonke i Muslim. Ukuthi Istikharah kusho ukufuna ubuhle ku Allah Ta’ala entweni ebalulekile empilweni yomuntu. Nge Istikharah umuntu ukwazi ukukha ezibusisweni zika Allah Ta’ala.

Ukwethembeka ekuhwebeni Nasekuthengiseni

U Hazrat Abu Sa’eed Al Khudri ra uyabika ukuthi uNabi SAW wathi, ‘’ Umhwebi oneqiniso nokuthembeka uyokuba egudlana amahlombe kanye nama Ambiya as [ Izithunywa ], nama Shuhada [ abafela iqiniso ] Kanye nama Siddiqeen [ abaqondileyo ].’’ [ Tirmizi, Darimi ]

Kuyisono esikhulu ukuyekelela ngamabomu i Fardh [ ewumgomo ] Salah.

Cishe zibalelwa e 14 izindawo kwi Qur’an eNgcwele lapho kuyi Waajib [ umgomo ]

Page 1 of 2

Nisab

01/04/2026 08:00

- Mahr Fathimi: R61 542
- Minimum Mahr: R1 231
- Zakaat Nisab: R24 617
Price/g rate: GoldPriceZ

Contact Us

70 Joyce Road
Durban
Tel: 031 577 786 8
disc@darulihsan.com