Tel: 031 577 7868 - disc@darulihsan.com               google play icon        twitter web      

Indlela yokwenza i-Sajdah

I Sajdah [ukukhothama] yisigaba sokugcina sokuzehlisa seKholwa. Kwi Sajdah, isigaba esiphakeme somzimba womuntu, ikhaya lokucabanga, lihlangana nephansi. Isigaba se Sajdah wuvuthwandaba lwe Salaah.

Igama: Zaynab bint Jahsh Isdlaliso: Ummul Hakam

Ukubabazeka bob’khulu buka Allah abusoze bachazeka ngendlela ezwakalayo. Umuntu angazama ngakhokonke okusemandleni akhe, kodwa ukudunyiswa kophezukonke akusoze kwapheleliswa. Hhuye kuphela ongazichaza.

U-Allah (s.w) unolwazi oluphelele futhi olumangazayo ngayoyonkinto. Yonkindawo kuwowonke amazulu! Yebo akukho okwenzekayo ngaphandle kokwazi kwakhe uAllah. Ingakho kufanele ukuphetha ngokuthi u Allah ukhona yonke indawo.

Page 2 of 2

Nisab

01/04/2026 08:00

- Mahr Fathimi: R61 542
- Minimum Mahr: R1 231
- Zakaat Nisab: R24 617
Price/g rate: GoldPriceZ

Contact Us

70 Joyce Road
Durban
Tel: 031 577 786 8
disc@darulihsan.com